>  Books  >   School  >   School Textbooks & Study Guides  >  Igazi Lezibi
Igazi Lezibi (Novel) : Gr 8 - 12


Igazi Lezibi (Novel) : Gr 8 - 12

1 Offer from:   R 105.00

Brand: Oxford
Model: PLID34556911

Product Information

Untuthuko Langa wadlwengula intombazane, kwazalwa uNqoba. Untuthuko uyazama ukuliphika icala kodwa ehluleke. Isigwili esinguyise kaNtuthuko sakha itulo lokuba ibulawe le ngane. Kusona le ngane iyizibi nje. Untuthuko Langa wadlwengula intombazane, kwazalwa uNqoba. Untuthuko uyazama ukuliphika icala kodwa ehluleke. Isigwili esinguyise kaNtuthuko sakha itulo lokuba ibulawe le ngane. Kusona le ngane iyizibi nje. Ngenhlanhla uyasinda uNqoba, akhule aze abe ummeli. AbakwaLanga bazi ukuthi wafa kudala uNqoba. Nakho-ke nUtuthuko esedinga igazi emva kokulinyazwa yizigebengu. Inkinga enkulu kuba wukuthola umuntu onohlobo lwegazi elifana nelikaNtuthuko. Abenhlangano kazwelonke ethekelisa ngegazi bagcina bethole uNqoba. Ingabe uzovuma ukunikela ngegazi lakhe ukuze asindise impilo kaNtuthuko?



EAN: 9780796040305
Load Time: 1 seconds